Afrikaans | 中文(简体) | English |
English (American) | Français | Português |
Português (Brasileiro) | Sesotho | Tswana |
isiXhosa | isiZulu |
Mfundi Othandekayo:
Siyabonga ngokukhombisa kwakho uthando lokuba yingxenye Yesigaba soku- 1 Sengqeqesho.
Usuzothatha Uhlolo Lwamagugu Akho kule khosi. Isaveyi ithatha imizuzuz engama-10-15. Kumele uqede le saveyi ngesikhathi esisodwa ukuze izimpendulo zakho zizobalwa. Ekupheleni kwesaveyi uzothola umyalezo okwazisayo ukuthi izimpendulo zakho zifakwe ngempumelelo.
Uzocelwa ukuba ukhethe amagama ayi-10 ohlwini lwamagugu/ukuziphatha.
Ngaphambi kokuba uthathe lolu hlolo, sicela uqinisekise ukuthi uyahambisana nesivumelwano esiyimfihlo se-BVC.
Inhloso yalesi sivumelwano ikabili:
Enye yamagugu enhlangano yethu "ukuba sobala". Kule khontheksti-ke kusho ukuthi siszimisele ukwabelana nenethiwekhi yamalunga ethu eCTT (labo abaphothule Ingxenye yoku-1) ngolwazi izinhlangano eziningi ezingaluthatha njengalolo okungamele lwabiwe. Sikwenza loku ngoba kukhuphula ikhono lakho lokunikeza izinkonzo kumaklayenti akho. Uvumelekile ukuba ufundise amaklayenti akho (angaphakathi noma angaphandle) ngamamodeli eCTT, kepha nom akunjalo awuvumelekile nhlobo ukukopa amaCultural Transformation Tools. AmaCultural Transformation Tools kumele njalo asetshenziswe ngokubambisana neBVC. Lokhu kusebenzela wonke umuntu. Sesakhe umkhiqizo osezingeni eliphezulu osuwamukeleke ngendlela emangazayo ezimakethe. Sizimisele ukugcina lawo mazinga aphezulu siqhubeke njalo ukukhulisa amaCultural Transformation Tools. Ngokungena kulesi sivumelwano, awuvikeli nje kuphela utshalomali lwakho ngokuba yingxenye yalolu qeqesho kepha usiza futhi ukuvikela amalungelo olwazi lwe-BVC.
Ozithobayo,
Richard Barrett
Le khosi yendlala imetheriyali ngokusetshenziswa kwe-BVC Cultural Transformation ModelsSM kanye namaCultural Transformation Tools ® kanti ifaka kuyo ulwazi oluyimfihlo nolusemthethweni olwakwa-BVC. I-BVC noThatha ingxenye Engxenyeni yoku-1 bavumelana ngokulandelayo:
1. Uhlu lwamaCultural Transformation ModelsSM olubekwe kuThebula 1 kanye nolwazi oluphathelene nokusetshenziswa kwawo ngokukhululeka ngaBathatha Ingxenye kulolu qeqesho. Okunye futhi, lowo Othatha Ingxenye angaqeqesha abanye ngendlela efanele yokusebenzisa amaCultural Transformation ModelsSM ibalwe kuThebula 1.
Ithebula 1: AMAMODELI OKUSHINTSHA KWAMASIKO SM
|
2. Uhlu lwamaCultural Transformation Tools ®, njengoba lwendlaliwe Kuthebula 2 (kanye nanoma ngamaphi amanye amaCultural Transformation Tools aqoshwe yiBVC kubandakanya ukusebenzisa kwama-instrumenti ale saveyi asetshenziselwa amaklayenti) kanye nolwazi oluphathelene nokusetshenziswa kwawo lungasetshenziswa noma lembulwe yilabo abayingxenye kuphela ku- (a) klayenti noma inkampani yalowo Oyingxenye lapho amaCultural Transformation Tools ® kanye nama-instrumenti esaveyi asetshenziswa khona. Abayingxenye ngeke bakwazi ukusebenzisa (a) amaCultural Transformation Tools ® (b) baqeqeshe abanye abantu ukusebenzisa lamaCultural Transformation Tools ® (c) benze amakhophi amanothi ekhosi ngenhloso yokuqeqesha abanye abantu ukusebenzisa amaCultural Transformation Tools ® (d) qambe amathuluzi kanye nama-instrumenti asebenzisa amaCultural Transformation Tools ® imethodoloji noma uhlelo lwesaveyi uma nje imigomo ebalulwe ngenhla ingalandelwa.
Ithebula 2: AMATHULUZI OKUSHINTSHA KWAMASIKO ®
|
Uyacelwa ukuthi usho ukuthi uyavuma imigomo nemibandela yalesi Sivumelwano Semfihlo ngokuchofoza inkinobho ebhalwe "Qhubeka".
Copyright © . Cultural Transformation Tools® (CTT) is a trademark of Barrett Values Centre | Privacy Policy